Exodus 5:11 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Hambani nina, nizifunele utshani, lapho ningabuthola khona, ngokuba imisebenzi yenu ayiyikuncishiswa ngalutho.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Hambani nizifunele nina utshani noma kuphi lapho nibuthola khona, kodwa umsebenzi wenu awuzukuncishiswa nakancane.”