Exodus 7:16 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wothi kuye: ‘UJehova, uNkulunkulu wamaHeberu, ungithume kuwe, uthi: Bavumele abantu bami ukuba bahambe bangikhonze ehlane; bheka, kuze kube manje awulalelanga.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uyakuthi kuye: ‘USimakade, uNkulunkulu wamaHebheru ungithume kuwe ukuba ngithi: “Vumela abantu bami bahambe ukuze bayongikhonza ehlane. Kepha kuze kube manje awulalelanga.