Exodus 7:24 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
AbaseGibithe bemba nxazonke zomfula ukuthola amanzi okuphuza, ngokuba babengenakuphuza amanzi asemfuleni.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Bonke abaseGibhithe bamba nxazonke zomfula iNayili ukuze bathole amanzi okuphuza, ngoba babengenakuwaphuza amanzi ayesemfuleni.