Ezekiel 1:16 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ukubonakala kwamasondo nokwenziwa kwawo kwakunjengekrisolithe,* nezimo zawo omane zaziyintonye. Ukubonakala kwawo nokwenziwa kwawo kwakunjengokuba kukhona isondo phakathi kwesondo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ukubukeka kwamasondo nokwakhiwa kwawo kwakunjengekhrisolithe, omane efana nse. Ayakhiwe kungathi isondo liphakathi kwelinye isondo.