Ezekiel 1:21 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ekuhambeni kwazo nawo ahamba; ekumeni kwazo nawo ema; ekuphakanyisweni kwazo emhlabeni aphakanyiswa namasondo kanye nazo, ngokuba umoya wezidalwa wayesemasondweni.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Lapho izidalwa zihamba, nawo ayehamba, kuthi lapho zima, nawo ame, nalapho izidalwa ziphakanyiswa emhlabeni, nawo aphakanyiswe kanye nazo, ngokuba umoya wezidalwa wawusemasondweni.