Ezekiel 10:11 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ekuhambeni kwawo aya ezinhlangothini zozine, awaphendukanga ekuhambeni kwawo, kepha lapho ikhanda lalibhekisa khona alilandela; awaphendukanga ekuhambeni kwawo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwakuthi uma ehamba, eya ezinhlangothini zozine, angaphenduki, kodwa lapho ikhanda libheke khona ayelilandela; engaphenduki ngesikhathi ehamba.