Ezekiel 10:17 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ekumeni kwawo nalawa ema; ekwenyukeni kwawo enyuka nawo, ngokuba umoya wezidalwa wayekuwo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwakuthi uma amakherubhi ema, namasondo ame nse, kuthi uma ephakama, nawo aphakame, ngokuba umoya wezidalwa eziphilayo wawukuwo.