Ezekiel 10:9 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngabona, bheka, nanko amasondo amane eceleni kwamakherubi, elinye isondo eceleni kwelinye ikherubi nelinye isondo eceleni kwelinye ikherubi; ukubonakala kwamasondo kwakunjengetshe lekrisolithe.*
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngase ngibona amasondo amane eceleni kwamakherubhi, isondo ngalinye limi eceleni kwekherubhi, ukubukeka kwamasondo kwakungathi kuyitshe lekhristolithe.