Ezekiel 13:10 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“ ‘Ngokuba, yebo, ngokuba bedukisile abantu bami ngokuthi: “Ngukuthula,” kungekho ukuthula, nangokuba lapho kwakhiwa ugange, bheka, balunameka ngodaka olungavuthiwe,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“ ‘ “Ngokuba, impela, babadukisile abantu bami, bathi: Ngukuthula, kube kungekho ukuthula, nangenxa yokuthi lapho kwakhiwa ugange, bona balugudule ngomcako.