Ezekiel 13:21 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngiyakuklebhula nemigubuzelo yenu, ngibophule abantu bami esandleni senu, bangabe besababikho esandleni senu ukuba bazingelwe, nazi ukuthi nginguJehova.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngizakudabula amaveyili enu amade, ngibakhulule abantu bami esandleni senu, bangaphinde futhi babe yimpango esandleni senu, niyakukwazi ukuthi Mina nginguSimakade.