Ezekiel 13:6 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Babonile okuyize nokubhula kwamanga abathi: “Kusho uJehova,” kepha uJehova kabathumanga, kodwa bethemba ukuthi ubeyakuqinisa izwi labo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Bakubonile okuyize namanga okubhula, labo abathi: “Kusho uSimakade,” kodwa uSimakade akabathumanga, nokho balindele ukuthi lifezeke izwi labo.