Ezekiel 16:19 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Nesinkwa sami engangikunike sona, impuphu ecolekileyo, namafutha, nezinyosi engangikudlise khona, wakubeka phambi kwazo, kwaba yiphunga elimnandi; kwaba njalo, isho iNkosi uJehova.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wathatha nesinkwa sami engangikunike sona, impuphu ecolisekileyo, amafutha, noju engangikunike khona ukuba ukudle, wakubeka phambi kwazo, kwaba yiphunga elimnandi; kwaba kanjalo-ke,” ’ ” kusho iNkosi uSimakade.