Ezekiel 16:34 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wahlukene nabanye abesifazane ekufebeni kwakho ngalokho ukuthi akakho olandela wena ukuyofeba; ngokunika kwakho imivuzo, ungaphiwa imivuzo kodwa wena, ngalokho wahlukene.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wehlukile kwabanye besifazane ngokufeba kwakho, akekho okulandelayo ukuze afebe nawe, ngokuba nguwe okhokhayo; wena awukhokhelwa lutho, ngalokho-ke wena wehlukile kwezinye izifebe.