Ezekiel 23:10 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Bona bambula ubunqunu bakhe, bathatha amadodana akhe namadodakazi akhe; yena bambulala ngenkemba, waba yisaga phakathi kwabesifazane, lapho kwenziwa ukwahlulelwa kuye.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Bamambula ubunqunu bakhe, bathatha amadodana akhe namadodakazi akhe. Yena bambulala ngenkemba, waba yisaga kwabesifazane, futhi wehlulelwa.