Ezekiel 24:27 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngalolo suku umlomo wakho uyakuvulwa kobalekileyo; wena uyakukhuluma, ungabe usaba yisimungulu; uyakuba yisibonakaliso kubo, bazi ukuthi nginguJehova.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngalolo lusuku umlomo wakho uyakuvulwa; wena uyakukhuluma nophunyukileyo, ungabe usaba yisimungulu. Uyakuba yisibonakaliso kubo, bayakukwazi ukuthi Mina nginguSimakade.”