Ezekiel 28:23 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngiyakuthuma kulo isifo negazi ezitaladini zalo; abagwaziweyo bayakuwa phakathi kwalo ngenkemba ephezu kwalo nxazonke, bazi ukuthi nginguJehova.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngiyakuthumela kulo ubhubhane negazi ligeleze emigwaqweni yalo. Abadliwe yinkemba bayakudindiliza kulo nxazonke, bayakukwazi ukuthi nginguSimakade.