Ezekiel 29:7 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Lapho bekubamba ngesandla, uyaphuka, uklebhula zonke izinhlangothi zabo; nalapho bencika kuwe, uyaphuka, untengantengise zonke izinkalo zabo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kuthe lapho bekubamba ngesandla, wephuka, waklunyula amahlombe abo; nalapho bencika kuwe, waphoqoka, wazintengantengisa zonke izinkalo zabo.