Ezekiel 3:21 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha uma umxwayisa olungileyo ukuba olungileyo angoni, abese engoni, uyakuphila nokuphila, ngokuba exwayile; wena-ke uwophulile umphefumulo wakho.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha uma umxwayisa olungileyo ukuze angoni, bese ngempela angoni, uyakuphila nokuphila, ngokuba exwayile, nawe-ke uyobe uwusindisile umphefumulo wakho.”