Ezekiel 32:27 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Laba babangasokile abawileyo abayikulala namaqhawe ehlela endaweni yabafileyo enezikhali zawo zokulwa, abekwa izinkemba zawo phansi kwamakhanda, nezihlangu zawo ziphezu kwamathambo awo, ngokuba besabisa amaqhawe ezweni labaphilayo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Abalali yini namabutho angasokile asebulewe, ehlela endaweni yabafileyo nezikhali zawo zempi, nezinkemba zawo ezabekwa phansi kwamakhanda awo na? Isijeziso sokona kwawo sasisemathanjeni awo, nakuba ukwesatshwa kwamabutho kwakusezweni labaphilayo.