Ezekiel 33:13 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Lapho ngisho kolungileyo ukuthi uyakuphila nokuphila, yena abesethemba ekulungeni kwakhe kodwa, enze okubi, akuyikukhunjulwa nesisodwa sezenzo zakhe ezilungileyo, kepha uyakufela kokubi akwenzileyo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Kuyakuthi lapho ngithi kolungileyo uyakuphila nokuphila, kodwa yena ethembele ekulungeni kwakhe, bese enza okubi; akusayukukhunjulwa ngisho nesisodwa sezenzo zakhe ezilungileyo, kepha uyakufela ebubini abenzileyo.