Ezekiel 33:6 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha uma umlindi ebona inkemba yehla, angabethi icilongo, abantu bangaxwayi, bese yehla inkemba, isuse umuntu kubo, uyasuswa ngenxa yobubi bakhe kepha igazi lakhe ngiyakulibiza esandleni somlindi.’
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha-ke uma umlindi eyibonile inkemba yehla, akaze alishaya icilongo ukuba abantu baxwaye, inkemba ize yehlele kubo, ibhubhise umuntu phakathi kwabo, lowo muntu uyakubhubha ngenxa yokona kwakhe, kodwa igazi lakhe ngiyakulibiza esandleni somlindi.’