Ezekiel 36:10 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngiyakwandisa abantu phezu kwenu, yonke indlu yakwa-Israyeli, yonke yayo; imizi iyakuhlalwa, nezindawo ezichithekileyo ziyakwakhiwa.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngiyakwandisa inani labantu bakini, bonke abendlu yakwa-Israyeli, ngothi lwabo. Yonke imizi yakhona kuyakuhlalwa kuyo, kuthi izindawo ezibhidliziweyo zakhiwe kabusha.