Ezekiel 42:10 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Lapho ugange lwegceke lwaludumbile khona ngasempumalanga, ngaphambi kwendawo eyahlukanisiweyo naphambi kwesakhiwo, kwakukhona amakamelo nalapho.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Lapho ugange lwegceke lwalubanzi khona ngasempumalanga, phambi kwendawo eyahlukanisiweyo naphambi kwesakhiwo; nalapho kwakukhona amakamelo.