Ezekiel 42:11 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Indlela phambi kwawo yayinjengesimo seyamakamelo angasenyakatho; ububanzi babunjengobude; izindawo zawo zokuphuma zazinjengemithetho yazo nanjengeminyango yazo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Indlela eyayiphambi kwawo yayifana neyamakamelo ayengasenyakatho, ububanzi bufana nobude; kanjalo nezindawo zawo zokuphuma neminyango yazo.