Ezekiel 47:9 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kuyakuthi konke okuphilayo okuswebezelayo kuphile ezindaweni zonke lapho ifika khona leyo mifula emibili, kube yizinhlanzi eziningi kakhulu, ngokuba esefike khona lawa manzi, awolwandle ayakuphiliswa, kuphile konke, lapho umfula ufika khona.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Noma kuphi lapho umfula ugelezela khona, zonke izidalwa eziphilayo eziswebezelayo ziyakuphila, kube khona izinhlanzi eziningi kakhulu, ngokuba lawo manzi ayakuba esegelezele khona.