Ezra 10:13 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha abantu baningi, futhi kuyisikhathi semvula enkulu, asinakuma phandle, futhi lo msebenzi awusiwo walusuku lunye nowezimbili, ngokuba siphambukile kakhulu ngale ndaba.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha kunabantu abaningi lapha, futhi lina kakhulu, asikwazi ukuma phandle. Ngaphezu kwalokhu, lolu daba alusilo olosuku olulodwa noma ezimbili, ngokuba iningi lethu liyachaphazeleka kulolu daba.