Ezra 10:18 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Abafunyaniswa phakathi kwamadodana abapristi ukuthi bathathe abesifazane babezizwe nampa: kumadodana kaJeshuwa indodana kaJosadaki nakubafowabo: ngoMahaseya, no-Eliyezeri, noJaribi, noGedaliya.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Abafunyaniswa phakathi kwabozalo lwabaphristi ukuthi baganwe ngabesifazane babezizwe yilaba: kwabozalo lukaJeshuwa: indodana kaJozadaki, nakubafowabo, nguMahaseya, u-Eliyezeri, uJaribi noGedaliya.