Ezra 3:9 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Base bema uJeshuwa namadodana akhe nabafowabo, noKadimiyeli namadodana akhe, amadodana akwaJuda, njengomuntu munye ukuba babonise izisebenzi endlini kaJehova, kanye namadodana kaHenadadi namadodana awo nabafowabo amaLevi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJeshuwa namadodana akhe, nabafowabo, noKhadimiyeli namadodana akhe, uBhinuyi noHodaviya namadodana kaHenadadi, umLevi, amadodana abo nabafowabo bonke bengamela izisebenzi zasendlini kaNkulunkulu.