Ezra 5:10 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Sabuza namagama abo ukuba sikwazise, sibhale amagama abantu ababe yizinhloko zabo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Sibuye sazibuza namagama azo, sawabhala, ukuze sikwazise ukuthi bangobani abaholi balo msebenzi.