Ezra 8:13 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kumadodana ka-Adonikamu, awokugcina: nanka amagama awo: ngo-Elifeleti, noJehiyeli, noShemaya, nabesilisa abangamashumi ayisithupha kanye nabo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwabozalo luka-Adonikamu, ngu-Elifelethi, uJehiyeli, noShemaya namadoda angama-60 afika kamuva.