Galatians 4:20 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kepha bengingathanda ngibe khona kini manje, ngiguqule izwi lami, ngokuba ngididekile ngani.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
ngifisa sengathi ngabe nginani manje, ukuze lishintshe iphimbo lokukhuluma kwami, ngenxa yokuba ngikhathazekile kakhulu ngani.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngifisa ukuba khona kini manje, ngiguqule izwi lami; ngoba ngiyaningabaza.