Galatians 6:15 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba nakusoka nakungasoki akulutho, isidalwa esisha kuphela.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba ukuthi usokile noma awusokile akusho lutho, kepha okumqoka ukuba yisidalwa esisha.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba kuKristu Jesu ukusoka nokungasoki akulutho, kodwa isidalwa esisha.