Genesis 16:12 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Uyakuba ngumuntu onjengembongolo engathanjisiwe, isandla sakhe simelane nabo bonke, nesandla sabo bonke simelane naye, ahlale ngasempumalanga kwabafowabo bonke.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uyakuba yindoda ewumdlwembe njengembongolo yasendle, amelane nabo bonke abantu, nabantu bonke bamelane naye, futhi uyoba nochuku ngisho nasezihlotsheni zakhe zonke.”