Genesis 18:10 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wayesethi: “Impela ngiyakubuyela kuwe emva komnyaka ngalesi sikhathi; bheka, khona umkakho uSara uyakuba nendodana.” USara wakuzwa lokhu esemnyango wetende ongasemva kwakhe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Enye yalawo madoda yathi: “Ngizobuya noma kanjani ngalesi sikhathi ngonyaka ozayo; umkakho uSara uzobe esenendodana.” USara wakuzwa lokho esemnyango wethende ngemva kuka-Abhrahama.