Genesis 18:7 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
U-Abrahama wagijima, waya ezinkomeni, walanda ithole elihle nelinonileyo, walinika encekwini; yashesha ukulilungisa.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
U-Abhrahama wagijima waya emhlanjini, wafike wakhetha ithole elihle elinonophele, walinika inceku, yaphuthuma yalihlaba, yalilungisa.