Genesis 19:33 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngalobo busuku ayesemphuzisa uyise iwayini; enkulu yangena yalala noyise, engazi ukulala kwayo nokuvuka kwayo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngalobo busuku amgcinca ngewayini uyise, kwangena endala yalala naye, kodwa uLothi akezwanga lutho; akayizwanga ilala nalapho isivuka.