Genesis 24:41 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Lapho uyobe ukhululekile esifungweni sami, nxa ufika ezihlotsheni zami; noma bengamniki kuwe, uyobe usukhululekile esifungweni sami.’
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uma ufika ezihlotsheni zami bese ziyenqaba ukukuganisela, uyobe usukhululekile esifungweni engikufungise sona.’