Genesis 24:61 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
URebeka wasuka namantombazana akhe; bagibela amakamela, balandela indoda; inceku yamthatha uRebeka, yamuka.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
URibheka ekhashwa yizimpelesi zakhe basukuma, bagibela amakameli, balandela inceku. Inceku yamthatha kanjalo uRibheka, yabamba indlela.