Genesis 27:20 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
U-Isaka wathi kuyo indodana yakhe: “Kwenzeke kanjani ukuba usheshe kangaka ukuyithola, ndodana yami, na?” Wathi: “Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uyenze ukuba ize phambi kwami.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
U-Isaka wathi endodaneni yakhe: “Kwenzeke kanjani uyithole ngokushesha okungaka ndodana na?” UJakobe wathi: “USimakade uNkulunkulu wakho ungiphe impumelelo ngasheshe ngayithola.”