Genesis 27:21 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
U-Isaka wayesethi kuJakobe: “Ake usondele, ngikuphathe, ndodana yami, uma uyindodana yami u-Esawu uqobo noma ungesiyo na?”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
U-Isaka wathi kuJakobe: “Sondela eduzane ukuze ngikuthinte ndodana, ngizenelise ukuthi unguye ngempela u-Esawu noma qha.”