Genesis 27:45 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kusuke kuwe ukuthukuthela komnewenu, akhohlwe lokho okwenze kuye, bese ngithuma ngikulande khona; ngizakwaphucwa ngani nina nobabili ngalusuku lunye na?”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Aze umnewenu axole, akhohlwe, ngiyobe sengikuthumelela ukuba ubuye lapho. Kungani ngizolahlekelwa yini nobabili ngalusuku lunye na?”