Genesis 30:38 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wazifaka izinti abezebulile emikhombeni nasemiqengqeni yamanzi phambi kwemihlambi, lapho imihlambi iza khona ukuphuza; yamitha ekufikeni kwayo ukuphuza.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wazibeka lezo zinduku ezixetshuliweyo kuyo yonke imikhombe ezazizophuza kuyo ukuze zibe phambi kwezimbuzikazi ngesikhathi zifika ukuzophuza, ngokuba yilapho zazikhwelana khona.