Genesis 31:33 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
ULabani wayesengena etendeni likaJakobe, nasetendeni likaLeya, nasetendeni lezincekukazi zombili; akazitholanga. Waphuma etendeni likaLeya, wangena etendeni likaRaheli.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
ULabani wangena ethendeni likaJakobe, kwelikaLeya, wedlulela nakwawezancinza zombili, kodwa akatholanga lutho. Waphuma ethendeni likaLeya wangena kwelikaRaheli.