Genesis 31:52 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
le nqwaba ayibe ngufakazi, nensika ibe ngufakazi ukuthi angiyikudlula kule nqwaba, ngiye kuwe, nokuthi wena awuyikudlula kule nqwaba nakule nsika, uze kimi, ngokubi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kokubili kungubufakazi bokuthi anginakweqela ngale kwale nqwaba ngize kuwe, nawe awunakwedlulela ngale kwale nqwaba nale nsika uzosenzakalisa.