Genesis 33:7 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wasondela noLeya nabantwana bakhe, bakhothama; ngasemuva wafika uJosefa enoRaheli, bakhothama.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwalandela uLeya nabantwana bakhe, nabo bakhothama, kwase kugcina uJosefa noRaheli, nabo bakhothama.