Genesis 34:5 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJakobe wezwa ukuthi ungcolisile indodakazi yakhe uDina; amadodana akhe ayesezinkomeni endle; uJakobe wathula, aze afika.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJakobe wezwa ngesigameko sokungcoliswa kwendodakazi yakhe uDina, kodwa akaze asho lutho kwaze kwafika amadodana akhe evela ekwaluseni.