Genesis 37:22 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
URubeni wathi kubo: “Ningachithi gazi; mphonseni kulo mgodi osehlane, ningabeki isandla kuye,” ukuba amophule esandleni sabo, ambuyisele kuyise.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ningalichithi igazi! Mphonseni emgodini khona lapha ehlane, ningambeki isandla!” Wayefuna ukumphephisa kubo ukuze amphindisele kuyise.