Genesis 38:20 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJuda wathuma izinyane lembuzi ngesandla somhlobo wakhe wase-Adulamu ukuba athathe isibambiso esandleni sowesifazane, kepha akamfumananga.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJuda wayesethumela izinyane lembuzi ngesandla somngani wakhe wase-Adulamu, ukuze kubuye izimpahla zakhe ayebambise ngazo kowesifazane, kodwa akamtholanga.