Genesis 4:23 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
ULameka wathi kubo abafazi bakhe: “Ada noSila, yizwani izwi lami; nina bafazi bakaLameka, lalelani ukusho kwami: Bhekani, ngibulala umuntu ngenxeba engilitholayo, nensizwa ngomvimbo engiwuzwiswayo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
ULameki wathi komkakhe: “We Ada noZila, ake ningilalele! Bafazi bakaLameki, yizwani engikushoyo! Ngibulale umuntu ngoba engilimazile, nensizwa ngokungishaya kwayo.