Genesis 43:8 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJuda wathi ku-Israyeli uyise: “Thuma umfana nami, size sisuke, sihambe ukuba siphile, singafi, thina nawe kanye nezingane zethu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJuda wathi kuyise u-Israyeli: “Mdedele umfana ahambe nami, ukuze sivuke sihambe, yikhona thina sonke sizophila; singafi, thina nabantwana bethu.